BlueGlobe International
My status

Translation Services

Translation Services

Career With BlueGlobe

Banner
Banner
Banner

SAIC

"SAIC is a FORTUNE 500® scientific, engineering, and technology applications company that uses its deep domain knowledge to solve problems of vital importance to the nation and the world, in national security, energy and the environment, critical infrastructure, and health. BlueGlobe International LLC consistently provides language services on a global scale which meet the strict vendor standards required by SAIC."


Fulbright

"BlueGlobe cares .. our expectations were exceeded with accuracy and promptness. A long term relationship will benefit our firm and yours."


Crowell-moring

"Thanks again for extra-ordrinary services."


AAAS

"Friendly staff combined with unusual promptness and services will see our association always requesting BlueGlobe."

* For Translation - click flag

Izinkonzo Zokuhumusha Zesizulu

US Flag

BlueGlobe International – inikezela ngabahumushi be-Sizulu abafanelekayo

Abahumushi bethu abaqeqeshwe kahle beSizulu banikezela ngezinkonzo zokuhumusha banolwazi olujulile lolwimi oluhumushwayo, ulimi okuhumushelwa kulo, nendaba ekukhulunya ngayo. Iqasha abahumushi abanekhono futhi abanokuhlangenwe nakho, I-BlueGlobe ingahumusha noma iluphi uhlobo lomsebenzi kungakhathaliseki ukuthi lungakanani, kuhlanganisa: ama-website, imeyli, izincwadi, abomagazini, izincwadi zomthetho, izincwajana zokwelapha, izincwajana zobucwepheshe, izincwadi, amaresiphi, amamenyu, njalonjalo. .. ngisho namatattoo imbala! Ngenxa yalokho, sihumusha imisebenzi yemfundo ehlukahlukene: ezomthetho, izimali, zokwelapha, ezobucwepheshe, ne-marketing, njalonjalo. Ngeqophelelo lokugwema ukuhumusha okuyiphutha, i-BlueGlobe ingaqinisekisa amakhasimende ayo ukuthi wonke umsebenzi abawuthumele uzohumushwa kuphela umhumushi ongumZulu ngenzalo. Umhumushi owabelwe umsebenzi kufanele abe nokuhlangenwe nakho okufakazelwe nolwazi olukhethekile lohlobo lomsebenzi ofunwa ikhasimende. Ngaphandle kwalezi zisekelo, kumelwe futhi baqonde “ubuhlakane bolwimi” obungabonakali obudingekayo ukuze bafinyelele ukuhumusha okunembile.

Kungani i-BlueGlobe International?

Ngoba siyaziqhenya kakhulu ngomsebenzi wethu futhi sikhathalela imiphumela yawo! Njengomholi enkozweni yezolimi yezizwe (ukuhumusha, ukubhala, ukuvumelisana nendawo etc.), siyakwazi ukunikela ngezinkonzo ngezinga lomhlaba wonke kokubili kumuntu ngamunye kanye namabhizinisi ngokufanayo. Ukuthi sikwazi ukunikela ngohumusho olunembile kakhulu.

  • Amakhulukhulu Ezilimi Ezinkulu Emhlabeni Wonke
  • Konke Esikuhumushayo
  • Inkokhelo Ephansi Kakhulu
  • Izinkonzo Zekhwalithi
  • Izinga Eliphezulu Kakhulu Lokunakekelwa Kwamakhasimende
  • Inkampani ekhula ngokushesha emhlabeni
  • Amakhulukhulu Ezisebenzi Zenkonzo Yolimi Abaqeqeshiwe
  • Umqondo Weqembu Kusukela Ekuqaleni Kuya Esiphethweni
  • Sikhona amahora angu 24, izinsuku ezingu 7 maviki onke

Uhlelo Lwethu lwezinyathelo ezingu-10 Zokuqinisekisa Ikhwalithi

Ukulandela isinyathelo ngasinye sohlelo lokuqinisekisa ikhwalithi kuqinisekisa ikhwalithi egqamile yawo wonke umsebenzi wesiZulu:

  1. Umsebenzi ngamunye wesiZulu uzohlolisiswa imenenja efanelekayo yomsebenzi
  2. Ikhambi elicacisiwe kahle lokuhumusha lizokwenziwa
  3. Umsebenzi wokuhumusha uzowabelwa umhumushi ofanelekayo
  4. I-database yamagama izokwenzelwa umsebenzi ngokukhethekile
  5. Ithuluzi ye-CAT izohlelela umsebenzi
  6. Umsebenzi uzohumushelwa esiZulwini
  7. Ulawulo lokuhlolwa Kwekhwalithi luhleliwe kakade
  8. Uhumusho luzohlelwa ngefomete eceliwe (DTP)
  9. Umsebenzi wakho uzohlolwa kabili ngumuntu okhuluma ulimi lwakho
  10. Ukubuyekezwa kokugcina komhumushi nemenenja yomsebenzi – Ukuthumelwa Kuyikhasimende

Uchungechunge lwethu lomhlaba wonke lwabahumushi abafanelekayo, abenekhono, luqinisekisa ukuthi i-BlueGlobe inekhono lokwenza umsebenzi ngokushesha ngisho nomsebenzi omkhulu odingeka ngokushesha. Kungakhathaliseki ukuthi yini edingekayo kulimi oluhumushwayo nalelo kuhumushelwa kulo (Zulu to English (US), English (US) to Zulu), noma iluphi olunye ulimi ekuhumushelwa kulo (Hungarian-Ukrainian, Hebrew-Greek, njalonjalo.), ungaqiniseka ukuthi ku-BlueGlobe International umsebenzi wakho unembile futhi uyikhwalithi.

Ukhokhelo lomsebenzi – Ulimi lwesiZulu

Kunezinto ezimbalwa ezihilelekile (uhlobo lwamagama, isikhathi umsebenzi ofuneka ngaso, isibalo samagama omsebenzi, ifomete yedokhumente njalonjalo) ezingaba nomthelela kumanani womsebenzi okuhumusha. Ukuthi uthole ucaphuno olunembile, cofoza nje ‘Isicelo Socaphuno’ bese ugcwalisa ifomu yakhona. Amafayela walokho kukhulunywa ngakho angathunyelwa nge e-mail ngokufanele, kunikezwa nemininingwane edingekile namadokhumente adingekayo ukuthi unikezwe ucaphuno olunembile, ngaphandle kwezinhleko ezinye ezifihlekile.

I-BlueGlobe International ihlala njalo ikulindele ukusiza amakhasimende wayo, ngamahora angu 24 ngosuku, izinsuku ezingu 7 ngeviki.

Umphenduli Wefoni Wolimi:
isi-Ngisi
+1.541.330.0450 (USA)

Umnyango wethu wosizo we-Email (24/7) ukhona nge:
isi-Ngisi – isi-Russian - isi-Spanishi - isi-China - isi-Fulentshi - isi-Japane -
This e-mail address is being protected from spambots. You need JavaScript enabled to view it

Imfihlo & Inkonzo

Imfihlo yamakhasimende wethu ibalulekile kakhulu kuyi BlueGlobe. Qiniseka ukuthi wonke amadokhumente, umsebenzi, ama e-mail, incwadi, amadokhumente, njalonjalo, ayogcinwa ayimfihlo ngaphansi kweziqondiso zethu eziqinile zemfihlo. Umgomo wethu njalo ukuba senze ukuthi ikhasimende ngayinye yethu ihlaliseke futhi ithembe inkonzo yethu, siyakucela ukuthi uvakashele i-website yethu bese ubuyekeza Umthetho wethu Wemfihlo. Leliqephe lizokwazisa amakhasimende wethu ngohlobo lokwaziswa esilubuthayo, indlela evikelwa ngayo, nazo zonke izinto ikhasimende engakhetha kuzo ukwazi indlela ukwaziswa okusetshenziswa ngayo. Siyakunxusa ukuthi ulande Umthetho wethu Wemfihlo ukuze uqonde kabanzi ukuzimisela kwethu mayelana nezinkonzo nemfihlo. Yebo, siyakwazisa ukuphawula kwakho nokuba nengxenye! Ngokuba nezinga eliphezulu lobuqotho nokuzinikela okungaqhathaniswa kuyinkonzo, i-BluGlobe International ikwazile ukwakha ngokuziqhenya inani lamakhasimende athemba ngokuphelele inkhampani yethu ngomsebenzi wabo nangokwaziswa kwawo kobuntu. Lamakhasimende ethu anjalo ayimpahla yethu eyigugu kakhulu.

Ihumushwe ngu Maxwell Setshogo

Contact Us Ufuna Umsebenzi?

Ingabe uyisisebenzi esinekhono nesinobuhlakani enkonzweni yezilimi? Uma kunjalo, siyakumema ukuthi ugcwalise ifomu yesicelo etholakala kule web-site! Ayikhokhelwa, ilula, futhi izothatha imizuzu engu 5-7 yesikhathi sakho.

Contact Us Ubuhlakani Bokuhlolisisa!

Uyakufaneleka futhi unokuhlangenwe nakho kokuba umhlolisisi? Ufundile noma uqeqeshiwe emkhakheni othize? Zihlanganise neqembu lethu lolimi lokuzalwa abajabulela umsebenzi wabo othakazelisayo!

Contact Us Ikhono

E-BlueGlobe International, asivumeli umsebenzi wokugcina icala. Ikhwalithi yenani elikhulu yinto yethu. Amakhasimende ethu amakhasimende abuyayo futhi ngenxa yobukhoni bethu obuhlukahlukene.

Contact Us Xhumana nathi

Izinkampani emhlabeni wonke ziyasethemba -
... kanjalo nawe maduze nje

Telephone:
+1.541.330.0450
+55.21.2262.1793
+91.172.2561020
Mobile:
+1.541.213.8526
+55.21.2262.1793
+91.981.4535577
Fax (USA-Argentina-India):
+1.541.330.0451
+55.21.2262.1793
+91.172.2561020

www.blueglobetranslations.com

Izinkozo zokuhumusha -
... ngezilimi ezingamakhulukhulu

isi-Alabhu isi-Hebheru
isi-China isi-Italy
isi-Dutch isi-Japane
isi-Ngisi isi-Latin
isi-Fulentshi isiPutukezi
isi-Jalimani isi-Russian
isi-Greek isi-Spanishi
Zonke Izilimi

Professional Translation Services Company

Request a Quote

 

feed-image Feed Entries

Get your FREE QUOTE now or call us directly at 1.541.330.0450 or 541.213.8526 (USA)


Warning: session_write_close() [function.session-write-close]: write failed: Disk quota exceeded (122) in /home/blueglob/public_html/libraries/joomla/session/session.php on line 556

Warning: session_write_close() [function.session-write-close]: Failed to write session data (files). Please verify that the current setting of session.save_path is correct (/tmp) in /home/blueglob/public_html/libraries/joomla/session/session.php on line 556